top of page

ISIFO SOBUHLUNGU OBUNGAPHELIYO

  • Isifo sobuhlungu obungapheliyo ubuhlungu obudlula isikhathi sokuphulukiswa.

 

  • Ubuhlungu obuhla isikhathi eside esingaba ngaphezulu kwezinyanga eziyisithupha, Isiguli siyozizwa singakhululekile ngaso sonke isikhathi, Ubuhlungu bungaba mnene, nzima futhi abukashi noma abuhambi.

 

  • Ubuhlungu obungapheli buphikelela ngokuhamba kwesikhathi  futhi kaningi

 

  • kuphikisana nokwelashwa.Ubuhlungu buchazwa njengokudubula,ukushisa,ukukhala noma ugesi.

IMBANGELA YESIFO SOBUHLUNGU OBUNGAPHELIYO

  • Izimbangela  zesifo sobuhlungu obungapheli zingase zibe  ngenxa yengozi yangaphimbili

  • Ukulimala

  • Ukugula

  • Ukuguga ngokuvamile

  • Umonakalo  wezinzwa.

  • Akukho ukuhlolwa okungalinganisa noku nokuthola ubuhlungu ngokunemba umgomo ukuhlinzeka ngokukhululeka kwesibonakaliso

  • Imithi yithuluzi lokusiza ubuhlungu obukhulu kunako konke.Ukuthatha imithi yakho nsuku zonke njengoba kunquywe udokotela wakho yindlela yokwelapha ubuhlungu engcono kunazo zonke,ngoba kuzokuqinisekisa ukuphumula okuqhubekayo.Phuza imithi yakho ngaso sonke isikhathi, phuza imithi yakho ngengilazi eligcwele lamanzi,njengoba lokhu  kusiza ukusabalalisa imithi ukuze ifiyelele  ezindaweni ezibuhlungu.

Disclaimer


The contents of this website are for informational purposes only and do not constitute medical advice; the Content is not intended to be a substitute for professional medical advice, diagnosis, or treatment.  Always seek the advice of a physician or other qualified health provider with any questions you may have regarding a medical condition. Never disregard professional medical advice or delay in seeking it because of something you have read on this website.

 

Ukuziphendulela

Okuqukethwe kule-webhusi(website) kungokwaziswa izinhloso kuphela futhi azibandakanyi iseluleko sezokwalapha,okuqukethwe akuhlosiwe ukuba kube yingxenye esikhundleni sobungcweti besiluleko sezokwelapha,ukuxilongwa,noma ukwelashwa. Njalo ufune iseluleko sodokotela noma omunye umhlinzeki wempilo oqeqeshiwe nganoma yimiphi imibuzo ungase ube nayo mayelana nesimo sezokwelapha. Ungalokothi unqabeiseluleko sezokwelapha ochwepheshe,noma ukubambezeleka ekufuneni  ngenxa yento oyifunde kule-webhusi(website).

BoitatolÔ

 

Tshedimosotlopolo ya website ena ke ho thlahisa lesedi fela, ha eme   lehatong la ngaka hoba baoki. Otlamehile ho bona ngaka hoba mooki hore ba arabe dipotso ka bolwetsi. O seke wa thlokomologa hoba wa diega go bona ngaka ka morago ga go bala website

Boikemelo 

 

Dintho tse ka hare ho website ke bakeng  sa morero ea tlhahisoleseding feela. Lula o batla keletso ho ngaka kapa mooki hore  a arabe lipotso ka maloetse. Oseke oa hlokomoloha le ho lieha ho etela ngaka ka mora ha hore o bale website

 

© 2023 by Health Window(cc) South Africa. Proudly created with Wix.com

bottom of page